Ukrestu esihlabelelweni 258 | Yinye Inkolo Nomthetho

0
320
Ukrestu esihlabelelweni 258 | Yinye Inkolo Nomthetho
Ukrestu esihlabelelweni 258 | Yinye Inkolo Nomthetho

258 Yinye Inkolo Nomthetho

Yinye inkolo noMthetho
Hhay’ iz’nkolo eziningi
Inkol’ eme kuyi njongo
Emthethweni ingasuki

O, Nkosi, sithethelele
Siwonil’ uMthetho wAkho
Wona muhle uphelele
Kepha siwonil’ unjalo

Thethelel’ inkohlakalo
Usus’ amabal’ amabi
Sisize sibamb’ uMthetho
Ngay’ iNdodana singoni

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here