Ukrestu esihlabelelweni 277 | Kukhanya Yandulela

0
561
Ukrestu esihlabelelweni 277 | Kukhanya Yandulela
Ukrestu esihlabelelweni 277 | Kukhanya Yandulela

277 Kukhanya Yandulela

Kukhanya yandulela emnyameni Hola mina
Ngikude nekhaya ebubini Hola mina
Gcina izinyawo ngingabheki;
Khashana kwenel’ unyawo lwami

Zange nempela-nje ngithandazele Ukukholwa,
Ngithand’ indlela ngizikhethele Ngibe ngedwa,
Ngesaba, ngiyathanda okuhle,
Kohlwa into zobami ubusha

Loku ngibusisiwe ngamandl’ Akho Mangiholwe
Ngedlul’ engcingweni ebamba nko Sekusile,
Kusasa ingelosi zethabe,
Ngengakuthanda sekusilele

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here