Ukrestu esihlabelelweni 300 | Mphumula Bakhatheleyo

0
542
Ukrestu esihlabelelweni 300 | Mphumula Bakhatheleyo
Ukrestu esihlabelelweni 300 | Mphumula Bakhatheleyo

300 Mphumula Bakhatheleyo

Khon’ekhaya labangcwele, Bophumul’ abeNkosi
Bophumul’ abosizi, Bophumul’ abosizi
Waya khona uMsindisi Ukufez’ ufiso lwam’
Ngophumula nam’

CHORUS
Ngaphesheya kweJordani, Ensimini yasEden’
Ngasemthini wokuphila, Ngophumula nam

Ungilungisele indlu, Eya kuma phakade
Ngoba ngiyohlala njalo, Kulelozwe elihle
Wophumul’ okhathele, Wophumul’ okhathele
Wophumul’ okhathele, Ngophumula nam’

Ubuhlungu bungengene, Nosizi luyoxoshwa
Kepha ngoba naw’ umqhele Wokuphila laphaya!
Zophumul’ intandane, Zophumul’ intandane
Zophumul’ intandane, Ngophumula nam’

Zindl’ amafa obukhosi, Hubani ngoku nqoba
Amasango ayovulwa Seningen’ ezulwini
Bophumul’ abanqobi, Bophumul’ abanqobi
Bophumul’ abanqobi, Ngophumula nam’?

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here