Ukrestu esihlabelelweni 188 | Wafa Ngenxa Yami

0
482
Ukrestu esihlabelelweni 188 | Wafa Ngenxa Yami
Ukrestu esihlabelelweni 188 | Wafa Ngenxa Yami

188 Wafa Ngenxa Yami

Ngi ngomkhulu umoni, uJesu wangifela,
Waf’ ukuba ngi phile, Waf’ ukuba ngi ngafi.
Njengegatsh’ evinini, Se ngi ngoWakhe nami.

Lud’ uthando lweNkosi, Phezulu, lu phakeme;
Lu yadlula ulwandle, Lu yahlala anini;
Lwangizuza ngi sona, Ngangingamdingi Yena

Nakhona ngi ng’umoni, Ukrestu yiko konke;
Ukwazi kahle konke, Ukuhlupheka kwami;
Ngi zophephela kuYe, Emhlabeni ozayo

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here