Ukrestu esihlabelelweni 176 | Ithemba Elibusisiwe

0
451
Ukrestu esihlabelelweni 176 | Ithemba Elibusisiwe
Ukrestu esihlabelelweni 176 | Ithemba Elibusisiwe

176 Ithemba Elibusisiwe

Kunethemb’ elihle;
Li yigugu lona.
Kalinaki namibhinqo,
Injabulo yezwe.

Kukhon’ inkanyezi
Esus’ ubumnyama;
U thumele imisebe,
Yokwahlul’ ithuna.

Nal’ izwi lothabo,
Li yophakamisa,
Li chith’ ukwesaba konke,
Li hlebez’ uthando.

Izwi leKhalvari
Li thi, “U xolelwe!”
Bese ku vel’ ukukhanya,
Nethemba lezulu.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here