Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 38 | Yima Edwaleni

Ukrestu esihlabelelweni 38 | Yima Edwaleni

0
506
Ukrestu esihlabelelweni 38 | Yima Edwaleni
Ukrestu esihlabelelweni 38 | Yima Edwaleni

38 Yima Edwaleni

Qinisela kuBaba ezweni, Naphakathi kwesiphithiphithi,
iDwala kuphel’ elinamandla, Ekulweni nesitha.

CHORUS
Ma sim’ eDwaleni,
Si qin’ eDwaleni
Phezulu ku ka Krestu;
Uma si nganqoba,
Si yophephela,
Esixukwini phezulu.

Qinisela ngokulungileyo, Ingesab’ okubi inhliziyo,
uKrestu kuphela oyosiza, Izoni zonke lapha

Qinisel’ eqinisweni lonke, Noma li nzima lodlula konke
YiDwala kiphela elosiza, Kuyo yonk’ imisinga

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here