Ukrestu esihlabelelweni 114 | Vulelwe Mina Isango

0
502
Ukrestu esihlabelelweni 114 | Vulelwe Mina Isango
Ukrestu esihlabelelweni 114 | Vulelwe Mina Isango

114 Vulelwe Mina Isango

Isango ngenxa yam’li mi Ngi savulelwe nami;
Ku bonakala isisa Nothando loMsindisi

CHORUS:
Yeka umusa ongaka! Ngi savulelwe intuba?
Mina…Mina…Ngi shiyelwe intuba?

Isango li savulelwe Bonk’ abazosindiswa.
Izicebi nezicaka Nabezizweni bonke.

Phambili makuqhubekwe Isango li vuliwe,Yamukel’ umusa wAkhe U fumane umqhele.

Yebo, phesheya kwomfula Is’phambano sothulwa
Ngi thwale wona umqhele Ezulwini ngi buse.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here