Ukrestu esihlabelelweni 242 | Si Busisiwe Isibopho

0
345
Ukrestu esihlabelelweni 242 | Si Busisiwe Isibopho
Ukrestu esihlabelelweni 242 | Si Busisiwe Isibopho

242 Si Busisiwe Isibopho

Intamb’ ebophela, Inhliziyo zethu;
Kulo uthando lwezulu, Sibusiso sethu.

Phambili kwes’hlalo, Sizo zincengela;
Ukwesaba nokulila, Kwethu ku yophela.

Inhlupheko zethu, Nayo imithwalo;
Noku khalelana kwethu, Konke ku ndawonye

Nxase sehlukana, Kubanga usizi;
Kodwa siyethemba sizo, Hlangana phambili.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here