Ukrestu esihlabelelweni 268 | Nkos’ Is’phepho Sivukhile

1
453

268 Nkos’ Is’phepho Sivukhile

Nkos’ is’phepho sivukile
Namaza aphakeme
Isibhakabhaka simnyama
No sizo lube kude
Kawukhathali sifa na?
Nak’ usalele nje!
Lapho imzuzu yonk’ ifinyela
Nethuma lisolwandle

CHORUS
Umoya namaza kong’lalela, Thula nya
Kuko lulwandle ol’gubhayo
‘Muntu namadimoni nani enye
Akukho mandlambi angagwinya
U Mnini lwandle kanya nomhlaba
Konke kolalel’ eNg’kushoyo
Thula nya! Thula nya!
Kahle kulalel’ eNg’kushoyo kuthule nya!

Nkosi, ngingodabukile
Ngileth’ usizi lwami
Inhliziyo yam’ inomunyu
O, siza Nkosi yami
Ububi beson’ ob’khulu
Bung’ cwilisa phansi
O, Nkosi ngizofa kabuhlungu
Sheshis’ ungisindise

Nkosi alusek’ uvalo
Umoya uthulile
Nelanga livel’ emanzini
Kwezulu ngik’tholile
Ungalibali Mkhululi
Futhi ungishiye
Ngenjabulo ng’welele phesheya
Kulonga izibuko

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

1 COMMENT

  1. I had this content bookmarked some time ago but my notebook crashed. I have since gotten a new one and it took me a while to locate this! I also really like the template though.

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here