Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 155 | Ngoya Lapho Uthi Mangiye Khona

Ukrestu esihlabelelweni 155 | Ngoya Lapho Uthi Mangiye Khona

0
336
Ukrestu esihlabelelweni 155 | Ngoya Lapho Uthi Mangiye Khona
Ukrestu esihlabelelweni 155 | Ngoya Lapho Uthi Mangiye Khona

155 Ngoya Lapho Uthi Mangiye Khona

Kungebe phezulu kwentaba
Nom’ olwandl’ ol’ gubhayo
Kungebe phambili empini
iNkosi i yongi dinga
Ngezw’ elincane ngi bizelwe
Nalapho ngi ngaziyo
Ngathi, Nkosi ngi bambe ngesandla
Ngoya lapho u sho khona

CHORUS:
Ngoya lapho u sho khona Nkosi
Entabeni nasolwandle
Ngosho lok’ okuthandayo
Nkosi Ngiyoba izinto zonke

Kumbe, nank’ amazwi ka Jesu
Ath’ a ngi washo namhla
Ngabe ku khon’ osekhoneni
Umduki ofunwayo
O, Nkosi, uma u ngi hola
Nom’ indlela imnyama
Ngosho ngi thi ku lungile konke
Ngokusho okuthandayo

Ku khon’ eny’ indawo epansi
Emfundeni zomhlaba
Lapho ngi ngasebenza khona
Ngenzel’ ongifeleyo
Ngethembele konke kuYena
Ngi yaz’ u yangithanda
Ngolalela ngenhliziyo yonke
Ngibe nje okuthandayo

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here