Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 241 | Izwe Lasebheula

Ukrestu esihlabelelweni 241 | Izwe Lasebheula

0
426
Ukrestu esihlabelelweni 241 | Izwe Lasebheula
Ukrestu esihlabelelweni 241 | Izwe Lasebheula

241 Izwe Lasebheula

Ngafik’ ezweni lenala; Imfuyo ngeyani yonke.
Lapha ku kukhaya okuhle, Nobusuku budlulile.

CHORUS
Ilizwe laseKhenani Ngiya kuma eNtabeni,
Ngithalaze ngaphesheya lapho kun’elam’ ikhaya;
Ngiya bona lon’ izulu, Isigodlo sakoMkhulu

Umsindis’ uhamba nani, Kamnandi siyakhuluma.
Ungidonsela phezulu, Kuwo umngcele wezulu.

Iphung’ elimnandi lona, Livela ezihlahleni
Imbali kazibuni le! Kukhon’ amaz’ okuphila!

Ziyafika kimi lapha, Ingoma zezulu lapho.
Ingelosi sihlabela Ingoma zokusindiswa.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here