Ukrestu esihlabelelweni 275 | Iphakade! – Phi?

0
375
Ukrestu esihlabelelweni 275 | Iphakade! - Phi?
Ukrestu esihlabelelweni 275 | Iphakade! - Phi?

275 Iphakade! – Phi?

Iphakade! – phi? Kus’ emoyeni
Kukhona njal’ emsindweni, ek’thuleni
Umbuz’ ophakeme, Iphakade! – phi?
Umbuz’ ophakeme, Iphakade! – phi?

Iphakade! – phi? O! Iphakade! – phi?
Nabahlengiwe, noma nabalahliwe?
La, noma laphaya – Iphakade! – phi?
La, noma laphaya – Iphakade! – phi?

Iphakade! – phi? Kunga kanjani?
Udakisiwe bes’ uthath’ umhlaba nje!
Wenz’ ungaqokile – Iphakade! – phi?
Wenz’ ungaqokile – Iphakade! – phi?

Iphakade! – phi? O! s’hlobo, bheka
Manje iNkos’ ingayek’ ukwahlula
Namhla kukhonjw’ iphakade lakho!–phi?
Namhla kukhonjw’ iphakade lakho!–phi?

Iphakade! – phi? O! Iphakade! – phi?
S’hlobo ungalali; bes’uthathizwe
Ungakaphenduli – Iphakade! – phi?
Ungakaphenduli – Iphakade! – phi?

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here