Ukrestu esihlabelelweni 36 | Inkolo Yami I Bheka Phezulu

0
321
Ukrestu esihlabelelweni 36 | Inkolo Yami I Bheka Phezulu
Ukrestu esihlabelelweni 36 | Inkolo Yami I Bheka Phezulu

36 Inkolo Yami I Bheka Phezulu

Ngi yabheka kuWe,
U ngi hlawulele
Nkosi yami,
Kaloku ma uzwe,
Ngi khuleka kuWe
U ngi thukulule,
Ezonweni

Ingathi umusa,
U ngangiqinisa
Ngi kukhonze,
Vus’ uthando lwami,
Wena, Nkosi, yami
Ngako konk’ okwami,
Ngi kukhonze

Nxa ku mnyama kimi,
Ni bona usizi
Olunzima
Ngi phelekezele,
U xosh’ ubumnyama
Ukuze ngi fike,
Ezulwini

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here