Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 181 | Ekulindeni Nasekuqapheleni

Ukrestu esihlabelelweni 181 | Ekulindeni Nasekuqapheleni

0
508
Ukrestu esihlabelelweni 181 | Ekulindeni Nasekuqapheleni
Ukrestu esihlabelelweni 181 | Ekulindeni Nasekuqapheleni

181 Ekulindeni Nasekuqapheleni

Is’khathi a saziwa sona, Ayobuya ngaso lapha;
Kumbe kuyakuba ‘ntambama, Kumb’ ebusuku impela:
Kumb’ ekuthatheni kokusa, Mani qaphele, ni lunge;
Zi ngabocima izibani, Ma si mlinde, si mqaphele.

CHORUS
Linda qaphela, Linda qaphela,
Linda qaphela, Si qaphela Wena Nkosi.

Ngomsa wAkhe ngi yakhumbula, Intengo a s’thenge ngaYo.
Wa shiy’ izindlu zobukhosi, Weza lapha emhlabeni;
Ngi yazi kuhle eNkosini, Uma thina esifele,
Izosifumanisa sonke Si lindele, si qaphele.

O! Jesu Wena, Mhlengi wami, U yalaz’ ithemba lami;
Eliyakubona ngamehlo, Nxa se ngi kuzw’ u ‘thi, Woza.
Abanye, bona ba ngesaba Nxa u qhamuka, Mahluli,
Qa, mina ngi thol’ isihlobo Ngi zolinda, ngi qaphele.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here