Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 113 | Ebiza!

Ukrestu esihlabelelweni 113 | Ebiza!

0
326
Ukrestu esihlabelelweni 113 | Ebiza!
Ukrestu esihlabelelweni 113 | Ebiza!

113 Ebiza!

uJesu u si bizela ekhaya U biza wena nami,
U yalinda inhliziyo mvulele, U linda mina nami

CHORUS:
Buy’ ekhaya, Wena odiniweyo U yakuncengisis’
uJesu ethi O, moni buy’ ekhaya!

Ni ngali ukunxusa kwoMsindisi Unxusa nina nami,
I sekhona indawo, ni ngaphuzi U yancenga ngomusa

Wozani isikhathi si yadlula Nemizuzu kaloku,
Ithunzi lokufa kwethu li yeza Yamkeleni uJesu.

Cabangani ngomusa ka Jehova Othembisile bonke
Noko sonile wosithethelela Si thethelelwe konke.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here