Ukrestu esihlabelelweni 179 | Bheka uMyeni!

0
733
Ukrestu esihlabelelweni 179 | Bheka uMyeni!
Ukrestu esihlabelelweni 179 | Bheka uMyeni!

179 Bheka uMyeni!

U mlungele uMyeni na? Nxa eza! Nxa eza!
U mlungele uMyeni na? Nxa eza! Nxa eza!
Bheka u yeza! Bheka u yeza! Gqok’ u lindele, uMyen’ u yeza!

CHORUS
Bheka uMyeni u yeza, u yeza
Bheka uMyeni u yeza, u yeza
Bheka u yeza, Bheka u yeza
Gqok’ u lindele uMyen’, u yeza

Mazivuthe izibani, Nxa sza! Nxa eza!
Mazivuthe izibani, Nxa sza! Nxa eza!
U za masinya, U za masinya O, mphefumlo, lindel’ uMyen’ eza!

Somhlangabeza si sonke, Nxa eza! Nxa eza!
Somhlangabeza si sonke, Nxa eza! Nxa eza!
U za ngempela, U za ngempela Somhlangabeza uMyeni eza!

Sohlabel’ uAleluya, Nxa eza! Nxa eza!
Sohlabel’ uAleluya, Nxa eza! Nxa eza!
Nangu u yeza! Nangu u yeza Cul’ uAleluya, uMyen’ eza!

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here