Ukrestu esihlabelelweni 183 | Bambelela Ngize Ngi Buye

0
846
Ukrestu esihlabelelweni 183 | Bambelela Ngize Ngi Buye
Ukrestu esihlabelelweni 183 | Bambelela Ngize Ngi Buye

183 Bambelela Ngize Ngi Buye

Sihl’ is’thembiso, kwabakholwayo,
Masinya ngi yeza ngithath’ abAmi,
Bamba ngi yeza, yinkul’ ingozi;
U ngalali njengabanye, lindela!

CHORUSBamba ngi yeza, sihl’ isithembiso,
Umbus’ u buyile, Wowunikwa,
Woz’ u jabule, hlal’ embusweni,
Im’qhel’ i lindile, bamba ngi yeza.

Solindela zi vuth’ izibani;
Kwabany’ u fika njengesel’ eb’suku,
U sesondele, a saz’ usuku
Njengokuhluma, ku khomba ihlobo.

Ithemba lethu la khel’ ezwini,
Ukuqhamuka okuhle kweNkosi,
Kwedlula zonke izithembiso:
Bamba ngi yeza, qina ngize ng’fike.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here