Ukrestu esihlabelelweni 180 | A si Wazi Umzuzu

0
428
Ukrestu esihlabelelweni 180 | A si Wazi Umzuzu
Ukrestu esihlabelelweni 180 | A si Wazi Umzuzu

180 A si Wazi Umzuzu

Mhl’ ebuy’ uJesu, umzuzu awaziwa
Imiqondiso, i bika Yen’ u yeza
Laph’ esebuya, s’ojabula kakhulu!
A si waz’ umzuzu

CHORUS
U yeza a si linde, si lunge
U yeza aleluya! Aleluya!
U za ngobukhosi buka Yise ngamafu
A si lwaz’ usuku

Ba nokukhanya abafun’ usindiso
Ba neqiniso abalambulelwayo
Iz’nduleliso zi yasho u zakuza
A si waz’ umzuzu

Ma si qaphele, si linde, si khuleke
Si zosebenza ize iNkos’ I fike
Si jabulele si bheke lolosuku!
A si waz’ umzuzu

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here