Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 248 | Yini Ngabathathekile

Ukrestu esihlabelelweni 248 | Yini Ngabathathekile

0
428
Ukrestu esihlabelelweni 248 | Yini Ngabathathekile
Ukrestu esihlabelelweni 248 | Yini Ngabathathekile

248 Yini Ngabathathekile

Yini ngabathathekile? Pambili beqhubekela
Bahlangana nsuku zonke Benyakaza bethandaza
Ngamazwi kuya menyezwa; Nangu uJesu edlula Bo!
Ngamazwi kuya menyezwa; Nangu uJesu edlula Bo!

Nguban’ uJesu? Ngani na? Kangak’ anyakazis’ umzi?
‘Sihambel’ esinamandla Ukwenz’ intando ngeningi
Ngamazwi kuya menyezwa Nangu uJesu edlula Bo!
Ngamazwi kuya menyezwa Nangu uJesu edlula Bo!

Jesu! NguYe okukanye Wezw’ ubuhlungu ngabantu
Wathwal’ in’thwalo yabanye Wakhulula nezithulu
Kwethab’ impumputhe zizwa Nangu uJesu edlula Bo!
Ngamazwi kuya menyezwa Nangu uJesu edlula Bo!

Namhla indawo ngendawo Sihamb’ enyaweni zAkhe
NaY’ ukwe yeth’ im’nyango Uyangena azithobe

Pho! Singe memeze sithi Nangu uJesu edlula Bo!
Pho! Singe memeze sithi Nangu uJesu edlula Bo!

Ehhe sondelani nonke Nixolelwe naphunyuzwa
KuY’ uBaba nidelile Buyani namkele umsa
Zimpofana nans’inqaba Nangu uJesu edlula Bo!
Nin’ enilingwayo, Nangu! Nangu uJesu edlula Bo!

Kodwa uma niMenqaba Ninyundel’ uthando lwAkhe
Ek’pheleni wonishiya En’del’ izwi lAkhe manje
Nephuzile! Manidele! Ujesu udludile manje
Nephuzile! Manidele! Ujesu udludile manje

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here