Ukrestu esihlabelelweni 225 | Yima Nje Ngeqhawe

0
662
Ukrestu esihlabelelweni 225 | Yima Nje Ngeqhawe
Ukrestu esihlabelelweni 225 | Yima Nje Ngeqhawe

225 Yima Nje Ngeqhawe

uMsindis’ uthi, Wena mKrestu vuka!
Nesihlangu, nenkemba esandleni,
Ukulwa nomling’ u boya nges’ bindi,
Yima njenge qhawe, qaphel’ isitha.

Chorus
Yima, yima, njenge qhawe,
Yima, u si qaphele isitha

Loko okuy’ ingozi ku qaphele;
U ngahlehli nok’ ihawu lingekho,
Uma u zozehlul’ izitha zakho,
Yima njenge qhawe, u ziqaphele.

Yilwel’ indaba yeNkosi ngamandla;
U lwe kuze kube sekupheleni,
Yilandele noma ikusa ngaphi,
U lwe njenge qhawe qaphel’ isitha.

Qhubeka, iNkosi yakho ikhona;
Ikunika umusa nesibindi,
Lunje ngomfula uthando lweNkosi,
Ngako, yima uqaphele isitha.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here