Ukrestu esihlabelelweni 28 | Yiba Nesineke Uze U Be Ngcwele

0
451
Ukrestu esihlabelelweni 28 | Yiba Nesineke Uze U Be Ngcwele
Ukrestu esihlabelelweni 28 | Yiba Nesineke Uze U Be Ngcwele

28 Yiba Nesineke Uze U Be Ngcwele

Yiba nesineke, sokukhuluma
NaYe uMkhululi, kuY’ u ngeyama
Yiba nobuhlobo nokululama
U-kuqondis’ izoni kuY’ iMvana

Yiba nesineke emsebenzini
Esokukhuleka laph’ elizweni
Nxa ku hlal’ uJesu enhiziyweni
Wozuz’ ukuthula laph’ emhlabeni

Yiba nesineke sokusondela
KuYe uMsindisi, u zolandela
Ekujabuleni wokuholela
Nanxa ekhuluma u bolalela

Yiba nesineke, thula u thi du!
Yen’ u yakuthela ngokwaphezulu
uMoy’ oiNgcwele u ng’uFakazi
Ka Jes’ uMsindisi, nguYen’ uMsizi

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here