Ukrestu esihlabelelweni 93 | Usuku Lokuphumula Nolwenjabulo

0
500
Ukrestu esihlabelelweni 93 | Usuku Lokuphumula Nolwenjabulo
Ukrestu esihlabelelweni 93 | Usuku Lokuphumula Nolwenjabulo

93 Usuku Lokuphumula Nolwenjabulo

Usuku lokuphumla, nalo lwenjabulo,
Lu susa izinhlungu, lu xosh’ inhlupheko.
Ba ya dumisa ngalo nabasezulwini;
Ba ya hlabela bathi, “Ngcwele! Ngcwele! Nkosi!”

iSabatha yinqaba yabahluphekile,
Insimu egeleza amanzi amahle;
Li njengomthomb’ othandwa yib’ abomileyo,
iPhisg’ esibonela izwe elizayo.

Usuku olumnandi, khona ebantwini,
Usuku ku catshangwe, ku bhekw’ ezulwini.
Si thol’ umus’ omusha, ngalo lolusuku;
Si zophumula ngalo, si fika phezulu.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here