Ukrestu esihlabelelweni 98 | UMsindisi Nami

0
1268
Ukrestu esihlabelelweni 98 | UMsindisi Nami
Ukrestu esihlabelelweni 98 | UMsindisi Nami

98 UMsindisi Nami

Ngi yamdinga uMsindisi, Ahambe nami njalo.
Ma ngi muzwe nam’ eduze Angi gone ngengalo.

CHORUS
Mphefumlo, u ngesabi, NoJes’ engendulela
Ngi yohamba ngi ngasoli, Eduze ngomlandela

Ngi yamdinga uMsindisi, Mina ngi ngenze lutho.
Eduduza u sho izwi, Nobani ongelisho.

Ngi yamdinga uMsindisi, Ekuhambeni kwami.
Es’phephweni nelangeni Kuyo yonk’ impi yami.

Ngi yamdinga, uMsindisi, Maka ngi hole Yena.
Ngize ngi fik’ eJordani; Ngi welele phesheya.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here