Ukrestu esihlabelelweni 9 | UJes’ U Yeza Futhi!

0
832
Ukrestu esihlabelelweni 9 | UJes' U Yeza Futhi!
Ukrestu esihlabelelweni 9 | UJes' U Yeza Futhi!

9 UJes’ U Yeza Futhi!

Khalisan’ icilongo kakhulu; uJes’ u yeza futhi;
Bonke ba bhekisise phezulu uJes’ u yeza futhi

CHORUS
‘Yeza futhi! Yeza futhi! uJes’ u yeza futhi!

Memezani naseziqongweni, uJes’ u yeza futhi;
Li za nobukhosi iZinyane, uJes’ u yeza futhi;

Hlokomanini lwandle namaza, uJes’ u yeza futhi;
Qubukani kanjalo zinhlanzi, uJes’ u yeza futhi;

Zi yasitshela iziboniso, uJes’ u yeza futhi;
Nawo umoya u yavunguza, uJes’ u yeza futhi;

Izizwe zonke zi thukuthele, uJes’ u yeza futhi;
Nalo ulwazi futhi lwandile, uJes’ u yeza futhi;

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here