Ukrestu esihlabelelweni 88 | U Nga Ngi Dluli

0
776
Ukrestu esihlabelelweni 88 | U Nga Ngi Dluli
Ukrestu esihlabelelweni 88 | U Nga Ngi Dluli

88 U Nga Ngi Dluli

U nga ni dluli Msindisi
Yizw’ amazwi am’;
Laph’ abanye u babiza,
Ma u ngi zwe nam’!

CHORUS
Nkosi! Nkosi!,
Yizw’ amazwi am’
Laph’ abanye u babiza
Ma u ngi zwe nam’!

Phambili kwes’hlalo somsa,
Se ngi khona nam’;
Ngi guqile ngi yakhala,
Yizwa Nkosi yam’!

Ngokwethemba kwami kuWe,
Woz’ u hlale nam’;
Yelaph’ umoy’ ophukile,
Ngi sindiswe nam’!

U nguMthombo wami Wena,
Wokuphila kwam’;
Ezulwini nasezweni,
Yiko konke kwam’!

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here