Ukrestu esihlabelelweni 64 | Tshela uJesu

0
843
Ukrestu esihlabelelweni 64 | Tshela uJesu
Ukrestu esihlabelelweni 64 | Tshela uJesu

64 Tshela uJesu

U duniwe, u dabukile na? Tshela uJesu, tshela uJesu.
U nosizi olungapholi na? Tshela Yena uJesu.

CHORUS
Tshela uJesu, tshela uJesu, NguYe uMhlobo wakho;
Awunaye omunye umhlobo, Tshela uJesu wakho.

Zi yathonta izinyembezi na? Tshela uJesu, tshela uJesu.
U nezono kade zafihlwa na? Tshela Yena uJesu.

U nosizi enhliziyweni na? Tshela uJesu, tshela uJesu;
Inhliziyo I phishekile na? Tshela Yena uJesu.

U yesab’ ukufa kweliba na? Tshela uJesu, tshela uJesu;
U khalela uMbuso wAkhe na? Tshela Yena uJesu.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here