Ukrestu esihlabelelweni 97 | Si Zwile

0
578
Ukrestu esihlabelelweni 97 | Si Zwile
Ukrestu esihlabelelweni 97 | Si Zwile

97 Si Zwile

Si zwile into enhle, uJes’ uMsindisi;
Ye! u yasisindisa, uJes’ uMsindisi,
Yazais’ izizwe zonke, Ngaphesheya kolwandle;
iNkos’ i yasithuma, NgoJes’ uMsindisi.

Dumisa, dumisani uJes’ uMsindisi;
Zixoxele izoni, NgoJes’ uMsindisi,
Hlabel’ ezinqhingini, Sabela nawe lwandle;
Ngaleyondaba enhle, ke Jes’ uMsindisi.

Hlaba kakhul’ umkhosi, ngoJes’ uMsindisi;
Nokufa nangempilo, ka Jes’ uMsindisi,
Wusho nasemnyameni, Nxa wondel’ isihawu;
Wolinqoba ithuna, NgoJes’ uMsindisi.

Phonsa emoyen’ izwi, NgoJes’ uMsindisi;
Thabani nonke zizwe, NgoJes’ uMsindisi,
Memeza usindiso, ebintabeni zonke;
Ingoma yokunqoba, Ka Jes’ uMsindisi.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here