Ukrestu esihlabelelweni 74 | Si Thwele Izinyanda

0
404
Ukrestu esihlabelelweni 74 | Si Thwele Izinyanda
Ukrestu esihlabelelweni 74 | Si Thwele Izinyanda

74 Si Thwele Izinyanda

Si hlwanyela inhlanyelo yokulunga,
Ekuseni nemini nantambama;
‘Se si mele isikhathi sokuvuma
Si zothokoza si thwel’ izinyanda.

CHORUS
Phinda
Si thwel’ inyanda, si thwel’ inyanda,
Si zothokoza, si thwel’ izinyanda.

Si hlwanyela elangeni nemthunzini,
A s’esabi inkungu yobusika;
Si zowuqeda phambili umsebenzi,
Si zothokoza si thwel’ izinyanda.

Si hlwanyelela iNkosi ngenyembezi,
Si nosizi izikhath’ eziningi;
Sekuphelile ukukhala soMbona,
Si zothokhoza si thwel’ izinyanda.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here