Ukrestu esihlabelelweni 158 | Shesha Suku Olumnandi

0
350
Ukrestu esihlabelelweni 158 | Shesha Suku Olumnandi
Ukrestu esihlabelelweni 158 | Shesha Suku Olumnandi

158 Shesha Suku Olumnandi

Ukuvunwa kwomhlaba ku sondele
iNkosi i biza abavuni baYo
Kude neduz’ amabel’ a vithiwe
A vuthiwe a lindel’ isibuya

CHORUS
Sondez’ usuku, Thuth’ izinyanda
Sondez’ usuku ekhaya

Ukusa okungenantsizi lezo
Ku yasondela imnyak’ i qhubeka
Amabele a hatshulwe isono
Mawabuthwe kungakabi busika

Ku mnandi ukusebenza ngothando
Umful’ ongashi womthombo wezulu
Si menywa, si qutshwa yilo uthando
Lon’ oluthel’ izithelo kakhulu

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here