Ukrestu esihlabelelweni 209 | O, Ngibe Ne Nkosi

0
414
Ukrestu esihlabelelweni 209 | O, Ngibe Ne Nkosi
Ukrestu esihlabelelweni 209 | O, Ngibe Ne Nkosi

209 O, Ngibe Ne Nkosi

O, ngibe neNkos’ eduze Insika enkulu,
Ubhaq’ ol’khanyisa kude Indlela yeWundlu

Buya Jub’ el’Ngcwele, buya S’thunywa esimnandi,
Ngizond’ ongakuthandiyo Kwaku xosha kimi.

Ngangi nokuthula ngaWe Ngisakukhumbula,
Kusavuka njalo ngaWe Umoya Wok’thula.

Usithandwa esikhulu Noba sinjani nje!
Sihle sivela phezulu Ngiyas’khonza sinje.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here