Ukrestu esihlabelelweni 173 | O, Ngenkolo!

0
475
Ukrestu esihlabelelweni 173 | O, Ngenkolo!
Ukrestu esihlabelelweni 173 | O, Ngenkolo!

173 O, Ngenkolo!

Ngi fun’ inkol’ engesabi
Nom’ i sezitheni.
Engesabi ubunzima:
Benswelo nosizi.

Engebubule i sole,
Noma i sishaywa;
Ngesikhathi sobuhlungu,
Yencik’ eNkosini.

Inkolo ekhazimlayo
Zi vukil’ iz’phepho;
Engozini i ngesabi,
I ngathandabuzi.

I mel’ ukunyonkolozwa;
Enganak’ i hlekwa.
I ngek’ i ngwinywe lulwandle
Nobuqili bonke.

Nkosi ngi ph’ inkol’ enjalo;
Noma ku ngehlani.
Ngozwa lapha ubumnandi,
Bekhay’ ezulwini.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here