Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 203 | O, Masisakaze!

Ukrestu esihlabelelweni 203 | O, Masisakaze!

0
377
Ukrestu esihlabelelweni 203 | O, Masisakaze!
Ukrestu esihlabelelweni 203 | O, Masisakaze!

203 O, Masisakaze!

O, masisakaze Indaba ezinhle,
Ebantwinibonke,
Endaweni zonke,
Ulim’ lwamaKrestu Malusho kakhulu.

Chorus
Nang’ uMthokozisi, Nang’ uMthokozisi,
Yena ufikile Ephum’ ezulwini,
KuBaba iNkosi O, makusakazwe,
Laku khon’abantu, Nang’ uMthokozisi!

Budlul’ ubusuku, Nans’ imin’ enkulu,
Sathul’ isililo,
Nolak’ olulwayo,
Phezu kwamagquma, Liyadlul’ ilanga

Bheka nans’ iNkosi, Ipheth’ insindiso,
Yomunt’ othunjiwe,
Ukuz’ akhululwe Ebumnyamenile
Kuvulwe kahlehle!

Ye’ alunqamuki Uthando lweNkosi,
Mabatshelwe ngalo
Abangaqondiyo,
Ngomsa mina ‘soni Ngofana neNkosi

Hlabe lunkenteze es’bhakabhakeni
Abangcwel’ ezulwini
Baphendule phansi
Hlabela ngothando, Olungephele qha!

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here