Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 23 | Ngi Gcwalise Manje

Ukrestu esihlabelelweni 23 | Ngi Gcwalise Manje

0
432
Ukrestu esihlabelelweni 23 | Ngi Gcwalise Manje
Ukrestu esihlabelelweni 23 | Ngi Gcwalise Manje

23 Ngi Gcwalise Manje

Ngi gcwalise oMkhululi, NgoMoya oiNgcwele
U nguMhlobo wethu, Mfeli Woza, woz’ u zakhele

CHORUS
Moya oiNgcwele Mina ngi kunxanele
Manjena ngi gcwalise Wena Moya woMsindisi

U ngangigcwalisa Wena, Indlela u yayazi
Ngi yakuswela-ke mina, Ngothando ngi gcwalise

Mina ngi buthakathaka, Enyaweni ngoguqa
NguWena wedw’ onamandla, Ngi size ngi yashona

Wena Moy’ u yaduduza, Inhliziy’ ediniweThina bantu si yafisa, U ze u sigcwalise

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here