Ukrestu esihlabelelweni 130 | Ngi Donsel’ Eduze

0
335
Ukrestu esihlabelelweni 130 | Ngi Donsel' Eduze
Ukrestu esihlabelelweni 130 | Ngi Donsel' Eduze

130 Ngi Donsel’ Eduze

Ngi ngowAkho, Nkosi ngi zwil’ izwi, Langitshela ngothando;
Ngi fis’ ukuqin’ ekukholweni, Ngi donselwe eduze.

CHORUS
Ngi donseke eduze, Nkosi Lapho wafela khona;
Ngi donse ‘duze ‘duze, Nkosi yam; KuWe owang’ophela.

Ngi zinikela ngokusha kuWe, Ngamandla amakhulu;
Umoya wami u qonda kuWe, U fihleke kuJesu.

O! ukubamnandi kwesikhathi, Ngi phambili kwes’hlalo
Nxa ngiguqa ngi khuleka, Nkosi, Ngi khuluma noMhlobo.

Ku nothando olungaqondwayo, Ngi ngakayi phesheya;
Ku nokuthokoz’ engingakwazi Ngi ngakafiki khona.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here