Ukrestu esihlabelelweni 85 | Ngi Babaz’ Amandl’ eNkosi!

0
382
Ukrestu esihlabelelweni 85 | Ngi Babaz' Amandl' eNkosi!
Ukrestu esihlabelelweni 85 | Ngi Babaz' Amandl' eNkosi!

85 Ngi Babaz’ Amandl’ eNkosi!

Ngi babaz’ amandl’ eNkosi A dal’ izintaba;
Nal’ ulwandle alweneka, Nesibhakabhaka;
Ngi babaza leyongqondo, Nelanga yalenza,
Nenyang’ ebus’ ebusuku, Yebo, nenkanyezi!

Ngi babaz’ umusa waYo, O si pha ukudla;
Ya dala ngelizwi laYo, Wonke amabandla;
Si bon’ izimangaliso, Nhlangothini zonke,
Njalo ku yamangalisa, OkweNkosi konke!

Ngi babaza zon’ imbali, Utshani, nenkungu;
Ku yafakaza ngoMenzi, Noba ku thule du!
NgaYe ku yaphila naphi, Ku yondliwa kona.
Si ngabalekela ngaphi?, Nalapho u khona!

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here