Ukrestu esihlabelelweni 232 | Ngeze Ngakushiya

0
828
Ukrestu esihlabelelweni 232 | Ngeze Ngakushiya
Ukrestu esihlabelelweni 232 | Ngeze Ngakushiya

232 Ngeze Ngakushiya

A ngi ngeze ngakushiya;
A ngi yi kukudela,
Ngi zakukuhola wena ,
Ngohlala ngi kugcina,
U ngemqenike okubi ,
Ngi hloniph’ ungesabi

Nxa u sekuhluphekeni ,
Hlal’ ekukhulekeni ,
Mina ngi zokududuza ,
Ngi zokukhanyisela,
Ezilingweni ngendlela,
Ngi zokukhanyisela

Nxa kuwe ku kuhle konke
U hanqwe kukhanye nge!
U hlalake wenamile,
U nento zi lungile
Ngi zakuba nawe Mina
Ngi kwendulele wena

Lapha u senhluphekweni,
Khon’ ezinkathazweni,
Uma wen’ u qinisela ,
Ngi zokulondoloza,
Uthando lwami lu nawe,
Phezulu oqondiswe

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here