Ukrestu esihlabelelweni 253 | Nangu uMalusi Umile

0
482
Ukrestu esihlabelelweni 253 | Nangu uMalusi Umile
Ukrestu esihlabelelweni 253 | Nangu uMalusi Umile

253 Nangu uMalusi Umile

Nang’ uMalusi umile
Ethathekisile
Uyamemeza izimvu
Az’ gone zonke-du!

Uth’ azize kuYe manje
Kafuni zesabe
Lok’ ibusisa ezinje
INkosi yez’ngcwele

S’bek’ izimvu kuz’ izandla
Nkosi unamandla
Loku nathi singabAkho
Nans’ inzalo yAkho

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here