Ukrestu esihlabelelweni 220 | Lakith’ Izwe

0
498

220 Lakith’ Izwe

Lakith’ izw’ ekhaya, Zwe lenkululeko!
Le akumnyam’ ekhaya, Alisibekeli
Ngifis’ ekhaya kithi, Iy’khal’ inhliziyo
Abukho ub’hlung’ ekhaya, Lapho ngiya khona.

Eyam’ iNkos’ ekhaya, Nezidalw’ ezinhle!
Asikh’ ison’ ekhaya, Akhuko ‘isilingo!
Kuhutshw’ ingoma ekhaya, Ikhal’ endlebeni;
Uma ngicabang’ ekhaya, Inyembezi zehle;
Uma ngicabang’ ekhaya, Inyembezi zehle.

Abakhiley’ ekhaya, Bang’qhwebela kubo,
La lungekho usizi, Olungen’ ekhaya,
O, ngezwe lakith’ el’hle!, O ngokuphumula!
Krestu sibuyis’ ekhaya, Ngothand’ ol’hlengayo.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here