Ukrestu esihlabelelweni 5 | Kude Kangakanani eKhaya?

1
580
Ukrestu esihlabelelweni 5 | Kude Kangakanani eKhaya?
Ukrestu esihlabelelweni 5 | Kude Kangakanani eKhaya?

5 Kude Kangakanani eKhaya?

Ekhaya ku sekude na? Ngi buzil’ umlindi yena.
Wath’ ub’ suku: Bu yaphela, Manje seku yasa.
Ngakho: U ngabusakhala, Kodwa, hamba u phalale;
U zofik’ ezinsukwini, Ezingasapheli!

Se ngi buzile ibutho, Ingoma yebutho ithi:
Ngesibindi ngi zokulwa, Ngay’inkemba yodwa
Ngakho: U ngabusakhala, Empini bekezela-
Umvuz’ u phiw’ ophumile, Nxa esenqobile.

Ngi buzile into zonke, Zi sho ngazwi linye zonke;
Isikhathi si yaphela, Ikhaya li vele.
Ngakho: U ngabusakhala, Iziboniso zi yanda
Konkana ku yabubula, Ku fun’ inkululo.

Ekhaya a kusekude, Yeka! Umkhumbulo omhle;
Thokoza ke wena mhambi, Sul’ izinyembezi.
Ngakho: U ngabusukhala; Si zohlangana phambili,
Izinhlupho zi phelile: Emzin’ othulile.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

1 COMMENT

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here