Ukrestu esihlabelelweni 167 | Isisekelo Esiqinileyo

0
426
Ukrestu esihlabelelweni 167 | Isisekelo Esiqinileyo
Ukrestu esihlabelelweni 167 | Isisekelo Esiqinileyo

167 Isisekelo Esiqinileyo

Isisekel’ esibekwe yiNkosi
Samiswa ukusiqinisa thina
U ngeb’ usash’ okunye ku naloko
Okushiwo iBhaibhele lAkhe.
Okushiwo iBhaibhele lAkhe

Noma ngi kubizela emanzini
U ngesabi ngi zoba nawe khona
Ngi zophendul’ izinhlupheko zakho
Ngi zenze zibe iz’busiso kuwe.
Ngi zenze zibe iz’busiso kuwe.

Noma ngi dabula enhluphekweni
Umsa wakho wanele kim’ impela
Naphakathi kwelangabi lomlilo
Mina ngi zokuvikela u ngashi.
Mina ngi zokuvikela u ngashi.

Lowo owenyama kuYe uJesu
Akasoze a phontwe ezitheni
Noma uSathani ezama njani
Lowo u zosinda kuY’ uSomandla.
Lowo u zosinda kuY’ uSomandla.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here