Ukrestu esihlabelelweni 89 | Isikathi Esimnandi Sokukhuleka

0
855
Ukrestu esihlabelelweni 89 | Isikathi Esimnandi Sokukhuleka
Ukrestu esihlabelelweni 89 | Isikathi Esimnandi Sokukhuleka

89 Isikathi Esimnandi Sokukhuleka

Ku mnandi ukukhuleka Ku ngi nqanda osizini;
Ku ngibikela kuBaba Konke ukuswela kwami;
Ngezikhathi zenhlupheko Ngi vama ukupholiswa;
Ngi phunyuk’ ekkulingweni Nges’ khathi sokukhuleka.

Ku mnandi ukukhuleka Ku zothwala izcelo;
KuYe iqiniso lAkhe Li busisa olindayo;
U thi mangi fune Wena Ngi likholwe izwi lAkho,
KuWe ngi zoletha konke Nge linde ngokukhuleka.

Ku mnandi ukukhuleka Ingathi ngi ngaduduzwa;
Ngize ngibone ikhaya Ngi phaphele khona kuYe.
Kuthu ngumzimba omusha; Ngenyuke ngi thol’ umvuzo.
Ngi memeze, Ngi memeze; Sala kahle kukhuleka!

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here