Ukrestu esihlabelelweni 127 | Futhi, Kimi I Nothando

0
467
Ukrestu esihlabelelweni 127 | Futhi, Kimi I Nothando
Ukrestu esihlabelelweni 127 | Futhi, Kimi I Nothando

127 Futhi, Kimi I Nothando

iNkos’ i bon’ im’zwilili
Nayo i yizwele;
Lapha i yithanda yona,
I nothando kimi.

CHORUS
Futhi kimi i nothando
Ngi yaz’ i nothando;
Ngo’ba i yathanda konke-
I nothando kimi

I yaphendula imbhali;
Zi khahleke kahle;
Uma i zithanda zona,
I nothando kimi.

iNkosi yenza inyoni,
Nakho okukhona.
I ngeze yakhohlwa yiko:
I yathanda konke.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here