Ukrestu esihlabelelweni 240 | Emnyango

0
539
Ukrestu esihlabelelweni 240 | Emnyango
Ukrestu esihlabelelweni 240 | Emnyango

240 Emnyango

Bhek’ uMsindisi emnyango; Selok’ enqonqotha njalo.
Kade asilinda Yena, Mvulel’ inhliziyo wena.

Uthi zithengele kuYe, Ube nokulunga kwAkhe.
Agcotshw’ amehlo abone; Usus’ ukungcola kuwe.

Izwi lob’fakazi lizwe; Uthi mawuzikhethele.
Uno kona, usivivi; Khuthazela uphenduke.

UJesu usezoqeda Ukusincengela thina,
Masinyane onensila, Uzohlala enensila

UJesu umi ngaphandle; Unceng’ inhliziyo kahle.
Uthi muvulel’ angene, Unga mbambezeli Yena.

Yebo, ngenisa umhambi, Phambi kwAkhe wophumula
Ujabule ni ndawonye; Wodla nawe, nawe naYe

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here