Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 132 | Eduze Nesiphambano

Ukrestu esihlabelelweni 132 | Eduze Nesiphambano

0
1447
Ukrestu esihlabelelweni 132 | Eduze Nesiphambano
Ukrestu esihlabelelweni 132 | Eduze Nesiphambano

132 Eduze Nesiphambano

Eduze nes’phambano, Ku noMthomb’ omuhle;
Amanzi okwelapha, Evela kuJesu.

CHORUS
Esiphambanweni, Ngodumisa mina.
Lapho umoya wami Wophumula khona.

Eduze nes’phambano, Umsa wangithola;
Lapho ngakhanyiselwa, Intando ka Jesu.

Eduze nes’phambano, Ngi hlale neWundlu;
Ngi size ‘nsuku zonke, Ngi landel’ ithunzi.

Eduze nes’phambano, Ngothemba ngi linde;
Ukuze ngi yofika, Phesheya komfula.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here