Ukrestu esihlabelelweni 58 | Bayethe, Nkosi Ya Makosi

0
564
Ukrestu esihlabelelweni 58 | Bayethe, Nkosi Ya Makosi
Ukrestu esihlabelelweni 58 | Bayethe, Nkosi Ya Makosi

58 Bayethe, Nkosi Ya Makosi

Bayethe! Ku Jes’ iNkosi, Zi thob’ ingelosi;
Maka thweswe umqhele, Kuthiwe, Bayethe!
Maka thweswe umqhele, Kuthiwe, Bayethe!

Nina enikethiweyo, Nsal’ eyingcosana
Hloniphani Owafayo, Kuthiwe, Bayethe!
Hloniphani Owafayo, Kuthiwe, Bayethe!

Makuthi bonk’ abezizwe, Abakulelizwe
Ba mukhothamele Yena, Kuthiwe Bayethe!
Ba mukhothamele Yena, Kuthiwe Bayethe!

Nalabaya abangcwele, Nabo si nga guqa
Si mdumis’ uSimakade, Kuthiwe Bayethe!
Si mdumis’ uSimakade, Kuthiwe Bayethe!

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here