Ukrestu esihlabelelweni 156 | Amazwi Okuthukuthela U NgawaVumeli!

0
1487
Ukrestu esihlabelelweni 156 | Amazwi Okuthukuthela U NgawaVumeli!
Ukrestu esihlabelelweni 156 | Amazwi Okuthukuthela U NgawaVumeli!

156 Amazwi Okuthukuthela U NgawaVumeli!

Amazwi’ amab’ u ngawasho
A phunyuk’ olimini
Inhliziyo i’ Wabambe
Engakonakalisi

CHORUS
Manithandane, U sh’ uMsindisi
Bantwana nenz’ umnyalo weNkosi
Manithandane, U sh’ uMsindisi
Bantwana nenz’ umnyal’ omhle

Uthando lu hlanzekile
Nobuhlobo bu ngcwele
Bu ngachithwa ngetwanyana
Ku Chithwane konwanwe

Amazwi entukuthelo
A shiwo kalulana
Onakalisa intw’ enhle
Ngezwana lok’cunula

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here