Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 247 | Shay’ Insimbi Namuhla Injabulo

Ukrestu esihlabelelweni 247 | Shay’ Insimbi Namuhla Injabulo

0
Ukrestu esihlabelelweni 247 | Shay' Insimbi Namuhla Injabulo
Ukrestu esihlabelelweni 247 | Shay' Insimbi Namuhla Injabulo

247 Shay’ Insimbi Namuhla Injabulo

Shay’ insimbi! Namhla injabulo.
Ngomuntu obuy’ enkangala,
Nang’ uyis’ emhlangabeza ngendlela,
Was’ emanga, okhatheleyo.

CHORUS
Ngcwele! Ngcwele! Kush’ iz’ngelosi:
Ngcwele! Ngcwele! Kusho ugubhu.
Yimpi enjengo lwandle lugubhuza,
Lwandis ingoma eligugu.

Shay’ insimbi! Namhla yinjabulo.
Ngoba umzuli ubuyile;
Inhliziyo ison’ isishiyile,
Ingumntwana ozelweyo.

Shay’ insimbi! Mema idili namhla
Ngokunqoba ziyacul’ iz’ingelosi;
Xox’ indab’ emnandi njenge zinyosi
Ngob’ umuntu uzelwe busha.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here

Exit mobile version