Ndebele/Zulu SDA Hymnal
306. Woza-ke, Ma Si yEzweni Lobomi (Come Let Us Go to the World of Life)
1. Woza-ke ma si ye ezweni lobomi,
Ikaya labahle behlezi kulo!
U tini, sihambi, ngendlela yokwona?
U tini wo vuma ukuya kulo?
Woya na? woya na? woya na? woya na?
Vuma-ke ukuya — ukuya pezulu!
2. Ayik’ inhlupeko kubantu bakona.
Kabezwa ukufa nosizi bona;
Ba hlala neNkosi, i ba pa ubomi
U tini wovuma ukuya kulo?
3. Yeka! ukutanda izinto zomhlaba,
Zomuka zopela masinya zona;
Bheka-ke, pezulu — imfuyo yakona;
U tini wovuma ukuya kulo?
4. Tabani, maKrestu, ngekaya lobomi,
Sotshetsh’ ukufika ekupum’leni;
Sohlala noKrestu — yizwani ni qonde!
Ni tini? ni njani ezinhliz’yweni?
Soya na? soya na? soya na? soya na?
O, Mfeli-waboni, si size manje.
Support this hymn collection
Your donation can help maintain the website, improve accessibility and keep the hymns freely available.
♥ Donate with PayPal