Ndebele/Zulu SDA Hymnal
204. Buya, Mzuli Buya
Ezwen’ lezihambi, laph’ uyekhona, Yizwa izwi lithi, Ndodana yam’
CHORUS
Buya mzuli buya, buyel’ ekhaya, U lahlekile kude, Woz’ ekhaya
Ezwen’ lendlala, Uphel’ amandla, Woz’ uzojabula, Ndodana yam’
Shiya izinhlanya, Suk’ osizini, Ugul’ emoyeni, Ndodana yam’
Umnyang’ uvuliwe, U se ngowanmi, Ngi sa ku bhekile, Ndodana yam’
U zulele kude, Woqhubeka na? Ngi ku thethelele, Ndodana yam’
Woza ekudleni, Aukhohliwe Woza enaleni, Ndodana yam’
Au nazihlobo, Au nakhaya, Ngi kuthanda njalo, Ndodana yam’
Support this hymn collection
Your donation can help maintain the website, improve accessibility and keep the hymns freely available.
♥ Donate with PayPal