Ukrestu esihlabelelweni 252 | Woza Moni Onezono

0
394
Ukrestu esihlabelelweni 252 | Woza Moni Onezono
Ukrestu esihlabelelweni 252 | Woza Moni Onezono

252 Woza Moni Onezono

Woza moni onezono
INkosi inesisa
Ngempela yokuphumuza
Nxa ushi’ izono

CHORUS
Themb’ uJesu, themb’ uJesu,
UboMthemba nje! Wosindiswa,
wosindiswa Khona, namhlanje!

UJesu wachith’ igazi
‘Waletha iz’busiso
Manje cwila kuzamcolo
Uhlanzwe yigazi

NguY’ uJesu oyindlela
Ey’ ekuphumleni
Uyokukhiph’ ebubini
Uma uMlandela

Woza kwes’mhlop’ isixulu
Uy’ ebungcweleni
Uhlal’ ekujabuleni
Zonke izinsuku

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here